Izithakazelo Zakwa Mafuleka
Ndinisa
Mbhobho kaBikwayo
Mlaba
Mazalankosi azala uDlambula, azala uLubelo
Mzomba
Ndlela zinomswani njengezendlovu
Nina eningawudli unogwaja
Thuliswayo
Bhejelibomvu


Umlando wakwa Mafuleka
Umlando wakwa Mafuleka besingakabi nawo, uma ngabe unolwazi ngomlando wakwa Mafuleka besicela ushiye i-comment ngezansi.